Iqiniso Ngokweshumi Neminikelo

R190,00

NGOMBHALI: Given Gobhozi, umntwana kaNkulunkulu, ozibona njegendlalifa kanye noKristu. Umnyeni kaNokulunga, umbali
oqavile, ingxenye yomsakazi wohlelo kw-Izwi Lomzansi, umholi
nomfundisi wezwi e-In Christ Reality Church eThekwini.

Category:

Description

Cabanga lencwadi njengomkhondo endleleni yemibhalo njengoba izokuthatha emlandweni wokuhlengwa njengoba ibuka indaba yokweshumi. Lencwadi igumba ezimpandeni umsuka nemvelaphi yokweshumi ngaphambi kwesikhathi sokhokho (Abrahama, Isaka kanye noJakobe), ihambe ize ikubheke esivumelwaneni esidala kuIsrayel, iye kwisivumelwano esisha nasekugcwalekiseni nasekuphelelisweni. Ukuqinisela futhi, umbhali walencwadi uye futhi achaze okweshumi neminikelo aveze indima yako esikhathini sombuso. Lencwadi ayiphethe zonke izimpendulo kodwa ifuna ukuletha umoya wasesinagogweni saseBeria (Izenzo 17:13) wokwamukela nokuhlola amaqiniso emibhalo. Lencwadi eyawonkana ofuna ukukhula ekuqondeni nendawo nengxenye abayidlayo embusweni kaNkulunkulu.

Reviews

There are no reviews yet.

Be the first to review “Iqiniso Ngokweshumi Neminikelo”